Nuusflits: Leef die Pinksterlewe
May 30, 2025
Nuusflits: Winter Bewustheid – Geloof met Aksies
July 11, 2025
Nuusflits: Leef die Pinksterlewe
May 30, 2025
Nuusflits: Winter Bewustheid – Geloof met Aksies
July 11, 2025

PENTECOST WEEK: LIVING THE PENTECOST LIFE

AMANDLA NOTHANDO LUKAMAMA

Ngalolu-suku loMama lonyaka wezi-2025, sijulisa imicabango yethu emandleni nasothandweni lomama sithathisela odabeni lukaNawomi, owesifazane waseBhayibhelini owabhekana nokulahlekelwa ngendlela ebuhlungu kodwa waqhubeka ebonisa isibindi nokholo. UNawomi washonelwa umyeni wakhe namadodana akhe amabili. Washiyeka nawomalokazana ababili futhi engenalo ingomuso elicacile. Naphezu kosizi lwakhe, waqhubeka, ebonisa amandla ngendlela engenamsindo, okungamandla omama abaningi abasibonisa wona: Ikhono lokuqhubeka ngisho nalapho ukuphila kunzima.

UNawomi wakhuthaza omalokazana bakhe ukuba babuyele emakhaya abo ukuze bathole injabulo. Loku kwakubonisa ukuthi wayebeka izidingo zabo ngaphezu kwezakhe. URuthe, nokho, wakhetha ukuhlala noNawomi, ngenxa yokukhangwa yimpilo nokholo olwaluboniswa uNawomi. Kamuva, uNawomi wamsiza uRuthe ngokumeluleka lapho eqala impilo entsha noBowazi, futhi ekugcineni waba ngugogo ka-Obede, umkhulu weNkosi uDavide.

Indaba kaNawomi isikhumbuza ukuthi ngisho nasezikhathini zosizi nokungabi nokuqiniseka, uNkulunkulu angabuyisela futhi asebenzise izimpilo zethu ngezindlela ezinamandla. NjengoNawomi, omama namuhla basishiyela imizekeloemihle ehlala ikhona njalo, hhayi nje kuphela ngalokho abakushoyo kodwa nangendlela abaphila ngayo. Ngiyabahalalisela futhi ngibonga bonke omama ngokuzibophezela kwabo kwihlalakahle nasekukhuleni kwemindeni yabo okuyinto ehlal iqhubeka.

Kungakhathaliseki ukuthi ungumama, ungugogo, noma ungumeluleki, uthando lwakho, ukuzidela nokholo lwakho kulolonga ikusasa lethu. Lokho okungumlando wakho, kanye nomehluko owenzayo - futhi kakukapheleli.

AFM OF SA ABLAZE NATIONAL CONFERENCE: DURBAN ICC

The Venue

On Tuesday, 29 May 2025, an announcement was released about a change of venue from the Moses Mabhida Stadium to the Durban International Convention Centre. We encourage all pastors and leaders to share this information as widely as possible within local assemblies, regions, networks and Departments. This message is available on the AFM of SA YouTube Channel.

Registration Information

Online registrations for the 2025 AFM of SA ABLAZE National Conference at Durban ICC will open on Monday, 9 June 2025. A link and QR code for registration will be provided. The following registration fees and timelines will apply:

Early Registration Fee* | R200 | 9 June – 9 July | Limited Seats!

The early registration fee only applies for 30 days. We strongly advise conference delegates to register early, as limited seats are available. After the “Early Registration” period, available seats are not guaranteed. Late registrations will be allowed from 10 June – 10 September. No registrations will be accepted after 10 September.

AFM CONFERENCE SEASON: YOUTH & SISTERS

ISIKHATHI SE-ZINKOMFA ZE-AFM: AMADODA, INTSHA NAWOMAMA